Spread the love
Esikubona kwenziwa abalandeli ngokukhathalela amaciko kuyisimangaliso esiyingqayizivele. Ukuhloba ngemifaniswano kwenza omkhulu umehloko makuyimicimbi emkhulu futhi ehloniswayo. Sibona ubuhle bemibala yemifaniswane eyahlukahlukene eyakhethwa ngamaciko nkokuhambisana nehliziyo zabo. Sizonivela njalo okuhle okwenziwa ngabalandeli ngoba amaciko ngaphandle kwabalandeli nabathandi bomculo wesintu abaluthu. Kuzozonke izinduna zingathumela izithombe zabalande kulemininingwane engezansi ukuze sikwazi ukunivezela ubuhle boMaskandi. SiyakuMpucuzeko ngomhlaka 20 Ntulikazi lapho kucaca khona ngemibala phansi eTHEKWINI kwelikabanana.
Email: lindamboma94@gmail.com
Facebook: Insika Newspaper
Twitter: @NewspaperInsika
